Izithakazelo zakwa Hlongwane

Izithakazelo zakwa Hlongwane | Hlongwane Clan Praises
  • Ngwane,
  • Masumpa,
  • Masenga sileka,
  • Nduku Zinobulongwe,
  • Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
  • Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
  • Sang'elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
  • Nina bakaMatiwane,
  • Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
  • Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Hlongwane Whatsapp / call: 061 868 5163


Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400